Ukugcinwa Kwe Koi Carp - cover

Ukugcinwa Kwe Koi Carp

Owen Jones

  • 21 december 2024
  • 9788835473022
Wil ik lezen
  • Wil ik lezen
  • Aan het lezen
  • Gelezen
  • Verwijderen

Samenvatting:

Incazelo emfushane

Siyakwemukela kulelizwe elihle lokugcinwa kwe Koi Carp, lapho ubuhle, ukuheha noku hlangana kobuciko boku nakekelwa kwemvelo ehlala emanzini. Lelibhuku lenzelwe ukuba likusize likuvulele indlela ezweni lobuhle balezinhlanzi ezihehayo nasebucikweni bazo obuthandekayo. Noma ngabe uyafika kuloluthando lwendalo yamanzi noma ngabe unalo ulwazi kodwa ufuna ukuthola ulwazi olungeziwe, lelibhuku lizokusiza ngolwazi oludingayo ukuze ukwazi ukunakekela i-Koi yakho.

Incazelo ephelele

Ngaphandle nje kokuth i-Koi itholakala umhlaba wonke, funi igxile kakhulu eChina nase Japan, kodwa, basuka esiqwini samanzi olwandle olumnyama, ulwandle i-Caspian kanye nolwandle i-Aral. I-Koi Carp isithandwa kakhulu kunakuqala, sebewuphawu lokuthula noxolo olunakekelwayo ezingadini zamanzi umhlaba wonke. Imibala yalezinhlanzi ezichazayo, ubuhle besakhiwo sazo, noku nyakaza kwaz’ okunesizotha kuzenza zibe nenhlalo enokuthula okwenza ichibi lakholibe indawo yokuhlala enokuthula.

Ukugcinwa kwe Koi Carp kwenzelwe ukusiza labo abaqalayo, ngolwazi lemigomo ebalulekile ngokunakekelwa kwe Koi. Kusukela ekukhetheni kwe ndawo nesikalo samanzi, ukubapha ukudla ngokufanele kanye nezimo zempilo zeKoi ezejwayelekile, lencwadi inje ngomsizi wakho kuloluhambo olumayelana nokuphila ngaphansi kwamanzi. Njengoba uqala loluhambo, khumbula ukuthi Ukugcinwa kwe Koi akulona uthando nje, kuwubudlelwane ubukhulayo ngokuhamba kwesikhathi.

We gebruiken cookies om er zeker van te zijn dat je onze website zo goed mogelijk beleeft. Als je deze website blijft gebruiken gaan we ervan uit dat je dat goed vindt. Ok